Ibhokisi Lamagama - Uhlolojikelele

Inhloso yeBhokisi Lamagama ukuthola amagama amaningi ngangokunokwenzeka ebhokisini elingu-4x4 noma 5x5 eligcwele izinhlamvu. Amagama kufanele abe nezinhlamvu ezi-3 okungenani. Kukhona nesibali-sikhathi esikhawulela isikhathi sibe yimizuzu emi-3 ebhokisini ngalinye.

Ukuze wakhe amagama, ungaqala nganoma yiluphi uhlamvu olufunayo. Kusukela ohlamvini lwesibili, uhlamvu ngalunye kufanele lube ngumakhelwane walolo olwandulelayo (omakhelwane abasehlangothini olutshekile nabo bayamukelwa). Ngikufisela inhlanhla.

Ibhokisi Lamagama

Uma umdlalo ungavuleki, kufanele unike amandla i-JavaScript esipheqululini sakho...

Eminye imidlalo eku-inthanethi

Zama eminye imidlalo ye-Imidlalo.com, ehlelwe ngokuthandwa kwayo:

1. Ama-Nonogram
Thola izithombe ezifihliwe ngokusebenzisa izinkomba zezinombolo.

2. I-Futoshiki
Gcwalisa ibhodi ngokulandela izimpawu zokungalingani.

3. I-X-ibhola
Susa amaqembu amabhola ngokulandelana okufanele.

4. I-Sudoku
Gcwalisa ngamadijithi ibhodi elingu-9x9, ngemikhawulo.

5. Umdubuli Wamabhola
Yakha amaqembu amabhola amathathu ngaphambi kokuba isikhathi siphele.

AF | BG | CA | CS | DA | DE | EL | EN | ES | ET | EU | FI | FR | GA | HR | HU | ID | IS | IT | JA | LT | LV | MT | NL | PL | PT | RO | RU | SL | SO | SQ | SV | SW | TL | TR | UK | ZU